1
UJoshuwa 23:14
IsiZulu 2020
“Bhekani, namuhla sengizokufa; niyazi ezinhliziyweni nasemiphefumulweni yenu nonke ukuthi akukho nokukodwa okwaphuthayo kwangaphumelela kulokho uSimakade uNkulunkulu wenu akwethembisa mayelana nani; konke kwaphumelela, akukho nakunye okwaphutha.
Qhathanisa
Hlola UJoshuwa 23:14
2
UJoshuwa 23:11
Qaphelani ukuba nimthande uSimakade uNkulunkulu wenu.
Hlola UJoshuwa 23:11
3
UJoshuwa 23:10
Oyedwa kini uxoshe inkulungwane, ngokuba nguSimakade uNkulunkulu wenu onilwelayo njengalokhu ayekhulume kini.
Hlola UJoshuwa 23:10
4
UJoshuwa 23:8
kodwa nibambelele niqine kuSimakade uNkulunkulu wenu njengoba nenzile kuze kube namuhla.
Hlola UJoshuwa 23:8
5
UJoshuwa 23:6
“Ngakho-ke qinani kakhulu ukuze nigcine futhi nenze konke okulotshwe encwadini yomthetho kaMose, ukuba ningachezukeli kwesokunene noma kwesokhohlo
Hlola UJoshuwa 23:6
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo