1
UJoshuwa 2:11
IsiZulu 2020
Sithe ukuba sizwe ngalokho izinhliziyo zangenwa yingebhe, kwangaba bikho muntu onesibindi sokuma phambi kwenu, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wenu, unguNkulunkulu ezulwini phezulu nasemhlabeni phansi.
Qhathanisa
Hlola UJoshuwa 2:11
2
UJoshuwa 2:10
Ngokuba sizwile ukuthi uSimakade wawomisa kanjani amanzi oLwandle Lomhlanga phambi kwenu lapho niphuma eGibhithe, nalokho enakwenza emakhosini amabili ama-Amori ayengaphesheya kweJordani, kuSihoni no-Ogi enababhubhisa bashabalala.
Hlola UJoshuwa 2:10
3
UJoshuwa 2:8-9
Zingakalali izinhloli, uRahabi wakhuphukela kuzo ophahleni; wathi kuzo: “Ngiyazi ukuthi uSimakade uNkulunkulu uninikile leli lizwe nokuthi sonke sigcwele ingebhe ngenxa yenu, nokuthi zonke izakhamuzi zaleli lizwe zinesaba okokufa.
Hlola UJoshuwa 2:8-9
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo