1
UMshumayeli 4:9-10
IsiZulu 2020
Ababili bangcono kunoyedwa, ngoba banomvuzo omuhle ngomshikashika wabo. Ngokuba uma bewa, bayavusana; maye kulowo oyedwa, nxa ewa akanaye ongamvusa!
Qhathanisa
Hlola UMshumayeli 4:9-10
2
UMshumayeli 4:12
Noma umuntu oyedwa engehlulwa, nxa bebabili bangazivikela. Intambo emicu mithathu ayigqabuki kalula.
Hlola UMshumayeli 4:12
3
UMshumayeli 4:11
Uma ababili belala ndawonye bayafudumala, uma umuntu eyedwa angafudumala kanjani na?
Hlola UMshumayeli 4:11
4
UMshumayeli 4:6
Singcono isandla esisodwa esigcwele ukuthula, kunezimbili ezigcwele umshikashika, kufana nokuthi uyoze ubambe utalagu.
Hlola UMshumayeli 4:6
5
UMshumayeli 4:4
Ngase ngibona ukuthi wonke umshikashika, nalo lonke ikhono emsebenzini, kudalwa ngumona. Nalokho kuyize, kufana nokuthi uyoze ubambe utalagu.
Hlola UMshumayeli 4:4
6
UMshumayeli 4:13
Ungcono umuntu osemusha oswele kodwa ohlakaniphile, kunenkosi endala eyisiwula, engasemukeli iseluleko.
Hlola UMshumayeli 4:13
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo