1
2 AMakhosi 18:5
IsiZulu 2020
Wamethemba uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, akubanga bikho onjengaye emva kwakhe, phakathi kwawo wonke amakhosi akwaJuda, nakulawo ayengaphambi kwakhe.
Qhathanisa
Hlola 2 AMakhosi 18:5
2
2 AMakhosi 18:6
Wabambelela kuSimakade akaze achezuka ekumlandeleni, wagcina imiyalo uSimakade ayeyale ngayo uMose.
Hlola 2 AMakhosi 18:6
3
2 AMakhosi 18:7
USimakade waba naye noma kuphi lapho ayeya khona, wachuma, wayihlubuka inkosi yase-Asiriya, akabe esayikhonza.
Hlola 2 AMakhosi 18:7
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo