1
2 KwabaseKhorinte 9:8
IsiZulu 2020
UNkulunkulu unamandla okuninika umusa wonke uchichime, ukuze nithi ninokwaneleyo ngezikhathi zonke, nichichime emisebenzini yonke emihle.
Qhathanisa
Hlola 2 KwabaseKhorinte 9:8
2
2 KwabaseKhorinte 9:7
Ngakho-ke yilowo nalowo makanikele njengalokhu enqumile enhliziyweni, kungabi ngokudabuka noma ngokucindezelwa, ngokuba uNkulunkulu uyamthanda onikela ethokoza.
Hlola 2 KwabaseKhorinte 9:7
3
2 KwabaseKhorinte 9:6
Kepha nakhu: ohlwanyela ingcosana uyakuvuna ingcosana, nohlwanyela kakhulu uyakuvuna kakhulu.
Hlola 2 KwabaseKhorinte 9:6
4
2 KwabaseKhorinte 9:10-11
Kepha lowo onika ohlwanyelayo inhlwanyelo nesinkwa sokudliwa, uyakuninika ngokuphindiwe inhlwanyelo yenu, aphinde andise isivuno sokulunga kwenu, ukuze nithi nicetshisiwe kokuningi nibe ngabaphanayo, okuyakuveza ngathi ukubonga uNkulunkulu.
Hlola 2 KwabaseKhorinte 9:10-11
5
2 KwabaseKhorinte 9:15
Makabongwe uNkulunkulu ngenxa yesipho sakhe esingachazekiyo.
Hlola 2 KwabaseKhorinte 9:15
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo