1
1 KwabaseKhorinte 8:6
IsiZulu 2020
kodwa kithina kukhona uNkulunkulu munye, uYise, okuvela konke kuye, futhi esiphilela Yena, neNkosi yinye, uJesu Khristu, okungaye kukhona konke, nathi sikhona ngaye.
Qhathanisa
Hlola 1 KwabaseKhorinte 8:6
2
1 KwabaseKhorinte 8:1-2
Mayelana nokuhlatshelwe izithombe siyazi ukuthi sonke sinolwazi ngalokho. Ulwazi luyakhukhumeza, kodwa uthando luyakha. Uma umuntu ecabanga ukuthi wazi okuthile, akakazi njengokuba kufanele ukuba azi.
Hlola 1 KwabaseKhorinte 8:1-2
3
1 KwabaseKhorinte 8:13
Ngakho-ke uma ukudla kumkhubekisa umzalwane wami, angisoze ngayidla inyama kuze kube phakade, ukuze ngingamkhubekisi umzalwane wami.
Hlola 1 KwabaseKhorinte 8:13
4
1 KwabaseKhorinte 8:9
Kepha qaphelani, funa leli lungelo lenu libe yisikhubekiso kwababuthakathaka.
Hlola 1 KwabaseKhorinte 8:9
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo