1
IsAmbulo 1:8
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
“Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.”
Qhathanisa
Hlola IsAmbulo 1:8
2
IsAmbulo 1:18
nophilayo; ngangifile, bheka, sengingophilayo kuze kube phakade naphakade, futhi nginezihluthulelo zokufa nezeHayidese*.
Hlola IsAmbulo 1:18
3
IsAmbulo 1:3
Ubusisiwe ofundayo nabo abawezwayo amazwi alesi siprofetho, bagcine okulotshiweyo kuso, ngokuba isikhathi siseduze.
Hlola IsAmbulo 1:3
4
IsAmbulo 1:17
Ngathi ukumbona, ngawa ngasezinyaweni zakhe njengofileyo; wayesebeka isandla sakhe sokunene phezu kwami, ethi: “Ungesabi; mina ngingowokuqala nowokugcina
Hlola IsAmbulo 1:17
5
IsAmbulo 1:7
Bhekani, uyeza namafu, namehlo onke ayakumbona, nabo abamgwazayo, nezizwe zonke zomhlaba ziyakulila ngaye. Yebo, Amen.
Hlola IsAmbulo 1:7
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo