1
AmaHubo 119:105
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Izwi lakho liyisibani ezinyaweni zami nokukhanya endleleni yami.
Qhathanisa
Hlola AmaHubo 119:105
2
AmaHubo 119:11
Enhliziyweni yami ngiyalonda izwi lakho, ukuze ngingoni kuwe.
Hlola AmaHubo 119:11
3
AmaHubo 119:9
Insizwa iyakuyihlanza kanjani indlela yayo na? Ngokuqaphela okwezwi lakho.
Hlola AmaHubo 119:9
4
AmaHubo 119:2
Babusisiwe abagcina ubufakazi bakhe, abamfuna ngenhliziyo yonke
Hlola AmaHubo 119:2
5
AmaHubo 119:114
Wena uyisiphephelo sami nesihlangu sami; ngiyethemba izwi lakho.
Hlola AmaHubo 119:114
6
AmaHubo 119:34
Ngiphe ingqondo, ukuze ngiqaphele umthetho wakho, ngiwugcine ngenhliziyo yami yonke.
Hlola AmaHubo 119:34
7
AmaHubo 119:36
Thobisela inhliziyo yami ebufakazini bakho, kungabi sekuhaheni.
Hlola AmaHubo 119:36
8
AmaHubo 119:71
Kwangilungela ukuba ngihlushwe, ukuze ngifunde izimiso zakho.
Hlola AmaHubo 119:71
9
AmaHubo 119:50
Lokhu kuyinduduzo ekuhluphekeni kwami, ngokuba izwi lakho lingiphilisile.
Hlola AmaHubo 119:50
10
AmaHubo 119:35
Ngihambise endleleni yemiyalo yakho, ngokuba ngiyathokoza ngayo.
Hlola AmaHubo 119:35
11
AmaHubo 119:33
Ngitshengise, Jehova, indlela yezimiso zakho; ngiyakuyigcina kuze kube sekupheleni.
Hlola AmaHubo 119:33
12
AmaHubo 119:28
Umphefumulo wami uyakhala ngosizi; ngivuse ngokwezwi lakho.
Hlola AmaHubo 119:28
13
AmaHubo 119:97
Ngiyawuthanda umthetho wakho kangaka. Usuku lonke ngizindla ngawo.
Hlola AmaHubo 119:97
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo