1
NgokukaMarku 3:35
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Ngokuba owenza intando kaNkulunkulu nguye ongumfowethu nodadewethu nomame.”
Qhathanisa
Hlola NgokukaMarku 3:35
2
NgokukaMarku 3:28-29
Ngiqinisile ngithi kini: Abantwana babantu bayakuthethelelwa izono zonke nokuhlambalaza noma kungakanani abangahlambalaza ngakho, kepha lowo ohlambalaza uMoya oNgcwele kanakuthethelelwa naphakade, kodwa unecala lesono esingapheliyo.”
Hlola NgokukaMarku 3:28-29
3
NgokukaMarku 3:24-25
Uma umbuso wahlukene wodwa, lowo mbuso ungeme. Nendlu, uma yahlukene yodwa, leyo ndlu ayizukuma.
Hlola NgokukaMarku 3:24-25
4
NgokukaMarku 3:11
Nawomoya abangcolileyo bathi ukuba bambone, bawa phansi phambi kwakhe, bamemeza bathi: “Wena uyiNdodana kaNkulunkulu.”
Hlola NgokukaMarku 3:11
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo