1
NgokukaMathewu 16:24
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Khona uJesu wathi kubafundi bakhe: “Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.
Qhathanisa
Hlola NgokukaMathewu 16:24
2
NgokukaMathewu 16:18
Nami-ke ngithi kuwe: Wena unguPetru; phezu kwaleli dwala ngiyakulakha ibandla lami; amasango eHayidese* awayikulahlula.
Hlola NgokukaMathewu 16:18
3
NgokukaMathewu 16:19
Ngiyakukunika izihluthulelo zombuso wezulu. Oyakukubopha emhlabeni koba kuboshiwe nasezulwini, nalokho oyakukukhulula emhlabeni koba kukhululiwe nasezulwini.”
Hlola NgokukaMathewu 16:19
4
NgokukaMathewu 16:25
Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; kepha olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukufumana.
Hlola NgokukaMathewu 16:25
5
NgokukaMathewu 16:26
Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?
Hlola NgokukaMathewu 16:26
6
NgokukaMathewu 16:15-16
Wathi kubo: “Nina-ke nithi ngingubani na?” USimoni Petru waphendula wathi: “Wena unguKristu, iNdodana kaNkulunkulu ophilayo.”
Hlola NgokukaMathewu 16:15-16
7
NgokukaMathewu 16:17
UJesu waphendula, wathi kuye: “Ubusisiwe wena Simoni kaJona, ngokuba inyama negazi akukwambulelanga lokhu kodwa uBaba osezulwini.
Hlola NgokukaMathewu 16:17
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo