1
UJeremiya 22:3
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Usho kanje uJehova, uthi: Yenzani izahlulelo nokulunga, nophule ophangiweyo esandleni somcindezeli, ningoni, ningadluzuli abafokazi, nezintandane, nabafelokazi, ningachithi igazi elingenacala kule ndawo.
Qhathanisa
Hlola UJeremiya 22:3
2
UJeremiya 22:15-16
“Uyinkosi ngokuba ushisekela imisedari* na? Angithi uyihlo wadla, waphuza, wenza ukwahlulela nokulunga, kwaba kuhle kuye, na? Wahlulela abaswelayo nabampofu, kwaba kuhle; angithi lokhu kungukungazi mina na?” usho uJehova.
Hlola UJeremiya 22:15-16
3
UJeremiya 22:13
“Wo koyakha indlu yakhe ngokungalungi, namakamelo akhe ngokungafanele, osebenzisa umakhelwane wakhe engamholeli, angamniki lutho ngomsebenzi wakhe
Hlola UJeremiya 22:13
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo