1
UHezekeli 18:32
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Ngokuba angenameli ukufa kofayo, isho iNkosi uJehova; ngalokho buyani, niphile.”
Qhathanisa
Hlola UHezekeli 18:32
2
UHezekeli 18:20
Umphefumulo owonayo uyakufa; indodana ayiyikuthwala ukona kukayise, uyise angathwali ukona kwendodana; ukulunga kolungileyo kuyakuba phezu kwakhe, nobubi bomubi buyakuba phezu kwakhe.
Hlola UHezekeli 18:20
3
UHezekeli 18:31
Lahlani kini zonke izeqo zenu eneqe ngazo, nizenzele inhliziyo entsha nomoya omusha, ngokuba uyakufelani wena ndlu yakwa-Israyeli na?
Hlola UHezekeli 18:31
4
UHezekeli 18:23
Ngiyenamela nokwenamela ukufa komubi yini, isho iNkosi uJehova, kungabi ukuba abuye endleleni yakhe, aphile, na?
Hlola UHezekeli 18:23
5
UHezekeli 18:21
“Kepha uma omubi ebuya kuzo zonke izono zakhe azenzileyo, agcine zonke izimiso zami, enze ukwahlulela nokulunga, uyakuphila nokuphila; kayikufa.
Hlola UHezekeli 18:21
6
UHezekeli 18:9
ehamba ngezimiso zami, egcina izahlulelo zami ukuba enze iqiniso, ulungile, uyakuphila nokuphila, isho iNkosi uJehova.
Hlola UHezekeli 18:9
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo