1
UDuteronomi 16:17
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
yilowo nalowo uyakunika njengamandla akhe, ngokwesibusiso uJehova uNkulunkulu wakho akunike sona.
Qhathanisa
Hlola UDuteronomi 16:17
2
UDuteronomi 16:19
Awuyikuphendukezela isahlulelo, ungakhethi ubuso bamuntu, ungafunjathiswa isipho, ngokuba isipho siphuphuthekisa amehlo ohlakaniphileyo, siphendukezela amazwi olungileyo.
Hlola UDuteronomi 16:19
3
UDuteronomi 16:16
“Kathathu ngomnyaka bonke abesilisa bakho bayakubonakala phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho endaweni ayakuyikhetha: ngomkhosi wesinkwa esingenamvubelo, nangomkhosi wamasonto, nangomkhosi wamadokodo; bangabonakali phambi kukaJehova bengenalutho
Hlola UDuteronomi 16:16
4
UDuteronomi 16:20
Uyakulandela ukulunga okuyikho ukuba uphile, ulidle izwe uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.
Hlola UDuteronomi 16:20
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo