1
U-Amose 2:6
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Usho kanje uJehova, uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zakwa-Israyeli, yebo, ngenxa yezine, angiyikuguquka, ngokuba bathengisile olungileyo ngesiliva, nompofu ngamabhangqa ezicathulo.
Qhathanisa
Hlola U-Amose 2:6
2
U-Amose 2:4
Usho kanje uJehova, uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zakwaJuda, yebo, ngenxa yezine, angiyikuguquka, ngokuba bawulahlile umthetho kaJehova, abagcinanga izimiso zakhe, namanga abo abadukisile, abawalandelayo nawoyise.
Hlola U-Amose 2:4
3
U-Amose 2:7
Bazondelela amakhanda abampofu ukuba abe sothulini lomhlabathi, bachezukisa indlela yabathobileyo; indoda noyise baya entombininye, ukuze balihlambalaze igama lami elingcwele
Hlola U-Amose 2:7
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo