Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 25:14
![Indlela kaNkulunkulu Yempumelelo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F25461%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Indlela kaNkulunkulu Yempumelelo
izinsuku ezingu 3
Wonke umuntu ufuna impumelelo, kodwa abaningi abayitholi ngoba basuke bephishekela ukuqonda okungamanga ukuthi kusho ukuthini ukuphila impilo ephumelelayo. Ukuze uthole impumelelo yeqiniso udinga ukubeka amehlo akho encazelweni kaNkulunkulu yalokho ekushoyo. Vumela umbhali othengisa kakhulu u-Tony Evans akubonise indlela eya empumelelweni yombuso weqiniso nokuthi ungayithola kanjani.
![NGENA ENJONGWENI](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F16177%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
NGENA ENJONGWENI
izinsuku ezingu 5
Iyini inhloso yami? Ngihloselwe ukwenzani ngempilo yami? Liyini icebo likaNkulunkulu ngami? Yonke lena imibuzo abaningi bethu abazibuza ngesikhathi esithile empilweni yethu. Sihlose ukuphendula eminye yale mibuzo njengoba siqaqa ukuthi kuyini ukungena enjongweni yakho. joyina abambalwa bethu babafundi baseKholeji le-C3 njengoba besikhanyisela ngalesi sihloko.