Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 1

Thula: Umhlahlandlela Olula Wezikhathi Zokuthula
izinsuku ezingu 5
Thula. Kwabanye, la magama amabili alula ayisimemo esamukelekayo sokwehlisa ijubane. Kwabanye, ezwakala engenakwenzeka, engenakufinyelela ezweni lethu eliba nomsindo ngokukhulayo, noma kunzima kakhulu ukuwagcina. UBrian Heasley ukhombisa ukuthi akudingeki ukuthi sime ukuze izinhliziyo zethu zithule, nokuthi ngisho naphakathi kwempilo egcwele, ematasa, singasichitha kanjani isikhathi esinokuthula noNkulunkulu.

Ukuthola Ukuphumula Ngezigqi Zokuphila
Izinsuku eziwu 10
Njengoba sinemisebenzi eminingi kanye neziphazamiso ezilwela ukunakwa kwethu, ngokujwayelekile sigcina sisemjikelezweni ongenampilo yokuphumula. Siyalwa futhi sizikhandle ngokumelene nenhloso kaNkulunkulu ngezimpilo zethu futhi sizigqilaze. Lolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezingu-10 luzokwethula ezindleleni zikamoya ezizokusiza ukuthi uthole eNkosini futhi uthole ukuhlanganyela kanye nokusondelana nayo—kanye nokuphumula komphefumulo kwangempela.

Amahubo
Izinsuku ezingu 31
ukufunda encwadini YamaHubo kuhle ngezindlela ezilula zokucosha cosha. Uma udlula esikhathini esinzima, incwadi yeZaga ingakusiza ngokukududuza kanye nokukugqugquzela

AmaHubo neZaga ngezinsuku eziwu 31
Izinsuku ezingu 31
Amahubo neZaga kugcwele amaculo, izinkondlo, kanye nemibhalo- ezisho ukukhonza uNkulunkulu kwangempela, ukujula, ubuhlakani, uthando, ukudinga, kanye namaqiniso. LePlani izokusiza ukufunda amaHubo kanye neZaga ezinsukwini ezingu 31. Lapha, uzothola uNkulunkulu mase uhlangana nokuthula, amandla, uxolo kanye nokugqgquzeleka okuhlanganisa ukuziphatha kwabantu okuphelele.