Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 7:12
![Ukubulala Ukuqhathanisa](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F32773%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukubulala Ukuqhathanisa
izinsuku ezingu 5
Ngalolu hlelo lweBhayibheli lwezinsuku ezingu-5, Ukubulala Ukuqhathanisa, umbhali uNona Jones unikeza ukuqonda okusebenzayo nesikhuthazo sasemhlabeni ukuze akusize ugweme ukuphelelwa ithemba ngokuqhathanisa futhi uphishekele ukuphila okukhululekile, okujabulisayo—ukuphila ukuzethemba kokuthi uNkulunkulu akwenze waba yikho.. Oda incwadi ephelele ethi Ukubulala Ukuqhathanisa ukuze uqhubekele phambili ohambweni lwakho lwenkululeko.
![Hamba Yenza Shono Phana: Inkululeko yokuzinikela kuJesu](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F12546%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Hamba Yenza Shono Phana: Inkululeko yokuzinikela kuJesu
Izinsuku ezingu-7
Ukuzinikela kuJesu kuyisikhathi esiyishintshayo impilo. Kodwa ngabe lesi sinqumo sichaza ukuthini futhi siphila kanjani naso usuku nosuku? Ngabe simayelana nezinqumo ezinkulu zempilo kuphela, noma esomuntu okholwe kakhulu? Ukwesaba, ukwahluleka kwethu okwedlule, nokungaqondisisi kungasivimbela. "Hamba Yenza Yisho Nikela" yisicelo/umthandazo esichaza kabanzi izinyathelo ezilandelayo ohambweni lwakho lokholo. Zizwele inkululeko efika nokulandela uJesu.
![Ukujaha Kokungafinyeleleki](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F14957%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukujaha Kokungafinyeleleki
Izinsuku ezingu-7
Sonke sijaha okuthile. Ngokujwayelekile okuthile okungenakufinyelelwa—umsebenzi ongcono, ikhaya elinethezekile, umndeni ophelele, ukuthola imvume kwabanye. Kodwa akukhathalisi yini lokhu? Ingabe ikhona indlela engcono? Thola kulolu hlelo olusha lweBhayibheli lwe-Life.Church, oluhambisana nochungechunge lwemiyalezo kaMfundisi uCraig Groeschel, elithi Chasing Carrots.
![Ukuphila Kushintshile: Umama KuMama](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F27883%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukuphila Kushintshile: Umama KuMama
Izinsuku ezingu-7
Ukuba ngumama kuyindima ezuzisa kakhulu esiyoke siyidlale, kodwa indlela eya ekuben ngumama iyinselelo. Kugcwele ukungazethembi, izilingo, izikhathi zokuthobeka, namathuba okuthembela kuNkulunkulu. kulolu hlelo lwezinsuku ezingu-7, omama abayisikhombisa abavela ezigabeni ezahlukene zempilo babelana ngolwazi lwabo nokuhlakanipha okulwe kanzima mayelana nokuba ngumama.
![Ukuphila Okunamandla—Qala Ukuphila Ngempela](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F12967%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukuphila Okunamandla—Qala Ukuphila Ngempela
Izinsuku eziwu 12
uJesu akazange alahle ukuphila Kwakhe okuphelele ukuze ukwazi Ukuphila nje eyakho. Abafana abayisikhombisa—njengawe—babekele eceleni izinsuku ezimbalwa zokwehlisa ijubane, ukuzijabulisa, ukuthola izimpendulo, futhi bakuqophe konke kuvidiyo. Ingabe ukuphila kuwumsebenzi kanye nengcindezi nje? Siphuma kanjani ku-treadmill yokusebenza? Ngingakwazi ukukhululeka ekuluthweni? ngiqala kanjani ukuphila ngempela? Qala lolu hlelo lwebhayibheli lwe-Life.Church nabanye abangani ukuze uthole kabanzi.