Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 19:19
![Indlela Yokuphila Yokuthethelela](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F22270%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Indlela Yokuphila Yokuthethelela
izinsuku ezingu 5
Sonke sikesaba nezinto ezinkulu, ezibuhlungu kakhulu ezenzeka kithina, futhi ukuthethelela kuyisihluthulelo sokukhululeka ebuhlungwini besikhathi esedlule. Kepha kuthiwani uma sihlose ukuphila ngendlela yokuthethelela - lapho kungekho lutho olusikhathazayo, lapho ngisho nokulimala okuncane kumane kusisakaze njengamanzi emhlane wedada? Leyo impilo yenkululeko uNkulunkulu asifunela yona!
![Ukujaha Kokungafinyeleleki](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F14957%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukujaha Kokungafinyeleleki
Izinsuku ezingu-7
Sonke sijaha okuthile. Ngokujwayelekile okuthile okungenakufinyelelwa—umsebenzi ongcono, ikhaya elinethezekile, umndeni ophelele, ukuthola imvume kwabanye. Kodwa akukhathalisi yini lokhu? Ingabe ikhona indlela engcono? Thola kulolu hlelo olusha lweBhayibheli lwe-Life.Church, oluhambisana nochungechunge lwemiyalezo kaMfundisi uCraig Groeschel, elithi Chasing Carrots.
![Gcina Ushintsho: Ukuphatha Imali Yakho Ngokuhlakanipha](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F24527%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Gcina Ushintsho: Ukuphatha Imali Yakho Ngokuhlakanipha
Izinsuku ezingu-7
Imali kungaba nzima ukukhuluma ngayo futhi kube nzima ukuyiqonda. Kodwa indlela esisebenzisa ngayo imali yethu ngokujwayelekile yiyona enquma indlela esisebenzisa ngayo ukuphila kwethu. Ngakho singaqiniseka kanjani ukuthi sidumisa uNkulunkulu futhi sikhonza abanye ngezimali zethu? Kulolu Hlelo LweBhayibheli Lwezinsuku Ezingu-7, sizobheka izindaba zangempela ezivela kubantu abajwayelekile abafunda ukulawula isabelomali sabo futhi baphile izimpilo zokupha.
![Iseluleko Sobudlelwane Kwabesilisa](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F12966%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Iseluleko Sobudlelwane Kwabesilisa
izinsuku ezingu-8
Kuthiwani uma singakalwa ngezinto esizifezile, kodwa sinikwa amandla ubudlelwane bethu? Ngezindaba eziqabulayo, umbhali uRoger Thompson wembula uhlobo lobudlelwane bamandla obusetshenziswa ekulolongeni indoda. Qala lolu hlelo lweBhayibheli lwe-Life.Church nabanye abangani namuhla.