Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 10:8
![Ukutshala Ibandla Elinempilo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F2156%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukutshala Ibandla Elinempilo
Izinsuku ezingu-7
Lapho uNkulunkulu ekubizela enkonzweni, kungaba nzima kakhulu, kodwa futhi kungaba yinto engcono kakhulu eke yenzeke kuwe. Uma inhliziyo yakho inyakazisiwe ukuba utshale ibandla, qala lapha eZwini likaNkulunkulu. Gxila kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku eziyisikhombisa, futhi uthole isikhuthazo osidingayo ukuze uphumele obizweni lukaNkulunkulu.
![Izihluthulelo Eziyisikhombisa Zokuphelela Ngokomzwelo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F11462%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Izihluthulelo Eziyisikhombisa Zokuphelela Ngokomzwelo
Izinsuku ezingu-7
Kunezici eziyisikhombisa ezinkulu zokuphelela ezihilelekile ekufuneni okungcono kakhulu kukaNkulunkulu ngempilo yakho engokomzwelo. Awudingi ukuthatha lezi ngokulandelana. Joyina uDkt. Charles Stanley njengoba ekusiza ukuthi wakhe imikhuba ebalulekile empilweni yakho ezokusiza ukuthi uphelele emoyeni nasemizweni yakho. Zitholele ezinye izinhlelo zokufunda ezifana nalesi kokuthi intouch.org/plans.