Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaLuka 4

Ukuzila izinsuku ezi-21
Izinsuku ezingu-21
Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.

IVangeli likaLuka
24 Izinsuku
ULuka ubhala ukulandisa okuningiliziwe, kofakazi owazibonela ngokwakhe ukuphila kukaJesu, ukufa, nokuvuka kwaKhe. Lolu hlelo lwesahluko ngosuku luhlinzeka ngomlando othembekile, wokulandelana kwezenzakalo, kodwa futhi lisethula kuMsindisi onomusa. Weza ukuzofuna nokusindisa abalahlekile, futhi nathi usibizela kulowo msebenzi womusa futhi. Lolu hlelo lubhalwe ngabe-YouVersion.