← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaLuka 3:21

Okushiwo uBaba
izinsuku ezingu 3
Miningi kunezihlabathi ezisogwini, imicabango kaBaba yothando ngawe. Ungumntwana Wakhe othandekayo, futhi uyajabula ngawe! Lokhu kuzinikela kuyisimemo sakho sokuhlangana nobunjalo obuphelele, obumangalisayo bukaYihlo osezulwini. Othandweni Lwakhe akukho ukulwa nokwesaba, ngokuba usesandleni Sakhe.