Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaLuka 17
Ngokuka Luka
Izinsuku eziwu 12
Le plani elula izokuholela kwiVangeli NgokukaLuka kusukela ekuqaleni kuze kuyabo sekugcineni.
IVangeli likaLuka
24 Izinsuku
ULuka ubhala ukulandisa okuningiliziwe, kofakazi owazibonela ngokwakhe ukuphila kukaJesu, ukufa, nokuvuka kwaKhe. Lolu hlelo lwesahluko ngosuku luhlinzeka ngomlando othembekile, wokulandelana kwezenzakalo, kodwa futhi lisethula kuMsindisi onomusa. Weza ukuzofuna nokusindisa abalahlekile, futhi nathi usibizela kulowo msebenzi womusa futhi. Lolu hlelo lubhalwe ngabe-YouVersion.
Masifunde iBhayibheli ndawonye (uMasingana)
Izinsuku ezingu 31
Ingxenye yesi-1 kuchungechunge lwezingu-12, loluhlelo luhola imiphakathi ekufundeni iBhayibheli ndawonye ezinsukwini ezingu-365. Mema abanye ukuzohlanganyela nawe uma uqala ingxenye entsha njalo ngenyanga. Loluchungechunge lusebenza kahle neBhayibheli eliqoshwe ngomsindo - lalela imizuzu engaphansi kongu-20 ngosuku! Ingxenye ngayinye inezahluko zeTestamente eliDala neliSha, kuthi amaHubo achaphake kuzo zonke izingxenye. Ingxenye 1 iqukethe izincwadi ezingokukaLuka, iZenzo, uDaniyeli, kanye noGenesise.