Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaJohane 21:18
Ithemba Eliphilayo: Ukubalela phansi ngePhasika
Izinsuku ezingu 3
Uma ubumnyama bukuzungezile, umelwe ukuphedula kanjani? Kulezizinsuku ezintathu ezilandelayo, zinikelele endabeni yePhasika uthole ukuthi ungabembelela kanjani ethembeni uma uzizwa ngathi ulahliwe, uwedwa noma awulutho.
Kungani Kunzima Ukuthethelela?
izinsuku ezingu 5
Sonke siyakudinga ukuthethelelwa. Kodwa kaningi siphatha ukuthethelela njengokuzikhethela, kuyilapho eqinisweni, kuyisidingo ukuze sikhule okholweni lwethu. Kulolu Hlelo lwezinsuku ezingu-5, sizothola ithemba neqiniso ezindabeni zeBhayibheli ezihlukahlukene mayelana nokuthethelela njengoba sizitholela thina futhi sikudlulisela kwabanye.
Umusa kaNkulunkulu
izinsuku ezingu 5
Umusa kaNkulunkulu uyisipho esingapheli somusa wakhe, uthando, nesihe kithi. Noma singenzanga lutho olusifanele, uyatholakala emhlabeni wonke ngoJesu. Kungakhathaliseki ukuthi ukukhetha kwethu kungaba kuhle noma kube kubi kangakanani, sonke sidinga umusa kaNkulunkulu. Kulolu Hlelo, sizofunda kabanzi mayelana nokuthi ungaphila kanjani ngokugcwaliswa ngomusa.
Izifundo Zokugcina: Uhlelo Lwesonto Elingcwele
Izinsuku eziwu 10
Ake sehlise ijubane kuleli Sonto Elingcwele futhi sifunde ngezinsukwini zokugcina zikaKristu emhlabeni. Usuku ngalunye sizothola izifundo noma izipho athatha isikhathi ukuzinikeza. Uyasidinga isikhumbuzo esisha salokho okwakubaluleke kakhulu kuKristu—ukuthi uyabathanda abantu Bakhe futhi umlandele? Yini Angathanda ukukufundisa yona kuleli sonto Elingcwele?
Uba kanjani Umakhelwane
Izinsuku eziwu 10
Kuthiwani uma kungadingeki sihambe ibanga elide ukuze sisondele kubantu abakude noNkulunkulu? Kuthiwani ukube amaKristu ayengomakhelwane abangcono kakhulu? Ingabe umgwaqo wakho ungashintsha? Ingabe izulu laliyogcwala ngokwengeziwe? Esikhathini eside esidlule, umholi wenkolo wabuza uJesu indlela yokungena ezulwini. Ujesu waphendula ngombuzo, kwase kuba indaba kaMakhelwane Omuhle. Akumangalisi, eminyakeni eyingu-2000 kamuva indaba kaJesu isachaza indlela yomakhelwane. Joyina uMfundisi Craig Groeschel kanye ne-Life.Church kumhlahlandlela osebenzayo, ogcwele indaba wokuhlanganyela nomakhelwane bakho futhi ubathande njengoba uzithanda wena. Kodwa ungamane uliyunde—Iphile!
Abalingisi bePhasika: uSimoni Petru
Izinsuku eziwu 10
UPetru wayengumdobi waseGalile, kodwa wafunwa uJesu futhi waba idwala okwakhiwe phezu kwalo ibandla. Wabona umzuzu obalulekile wesiphambano kanye nethuna elingenalutho. Joyina umbhali uDaniel Darling kulolu hlelo lwezinsuku ezuwu-10 ukuthola impilo kaSimoni Petru, umlingisi ongenakwenzeka ukuthi acatshangelwe ukudlala indima endabeni kaJesu.