Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaJohane 14:15
Ukuzizwela Ukuthula kukaNkulunkulu
izinsuku ezingu 5
Ukuthula kwezwe kuhlukile ekuthuleni kukaNkulunkulu. Ukuthula kwezwe kungokwesikhashana futhi kuncike ezimweni. Ukuthula kukaNkulunkulu kunikeza isixazululo esihlala njalo, okuyinsindiso ngoJesu nobukhona Bakhe ezimpilweni zethu. Kulolu Hlelo, sizongena kulokho okushiwo ukuthula kukaNkulunkulu ngempela nokuthi singakuthola kanjani ezimpilweni zethu.
Ukulalela
Amaviki awu-2
uJesu uqobo wathi uma umuntu emthanda Yena uzolalela izimfundiso Zakhe. Noma kungathiwa kusho ukuthi kwenzakalani kithina, ukulalela kwethu kubalulekile kuNKulunkulu. Uhlelo lokufunda "ukulalela" lisihambisa lapho khona Imibhalo ikhulu khona ngokulalela: ukuba singayigcina kanjani ingqondo eqotho, umdlalo womusa, ukulalela kusikhulula kanjani kuphinde kubusise izimpilo zethu, nokunye.