← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne EkaJakobe 2:3

Amandla Obunye
Izinsuku eziwu 4
Abantu abaningi bakhetha ukubekezelelana ngokobuhlanga esikhundleni sobunye. Sizobhunga ngezinhlanga ezahlukene. Mhlawumbe sizohambela ngisho nemibuthano yezinhlanga. Kodwa uma umcimbi usuphelile, sihamba ngezindlela zethu ezahlukene. Lokhu kusikhombisa ukuthi kuthatha okungaphezu kokumomotheka, ukuxhawula kanye “nobungani” ukuvala leli gebe lobuhlanga. Kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezingu-4, uDkt. Tony Evans uzothatha uhambo olubheke ebunyeni beBhayibheli.