Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KumaHeberu 6:11
Ithemba
izinsuku ezingu 3
ITHEMBA Ake sibheke amavesi athile eBhayibheli ngethemba. Unkulunkulu ufuna ube nokuthula, ungesabi, ugcwele ukholo, ithemba, nothando, akunjalo? Ubengeke afune ukuthi ukhathazeke noma ugcwale intukuthelo. Imibhalo yethemba ikufundisa ukuthi ungaba kanjani umuntu othethelelayo. Ukuhlakanipha kutholakala ngokuzindla ngeZwi likaNkulunkulu.
Ugxiliswe Ethembeni: Ukufundwa KweTestamente Elisha
izinsuku ezingu 5
Sivame ukuthembela ezweni elisizungezile—ukukhushulwa esikhundleni, ubuhlobo obungcono, umkhndeni oqinile, nokweluleka kwabagulayo. Kodwa ukuthembela emiphumeleni yasemhlabeni kuphela kuyosehlula. IBhayibheli lithi siyobhekana nokulahlekelwa nokudumala emhlabeni, kodwa sigcinwe othandweni lukaNkulunkulu lwaphakade. Kulolu hlelo, uzofunda ngokunakekela kukaNkulunkulu futhi ubone ukuthi ithemba likamoya lingawaletha kanjani amandla phakathi kwezivunguvungu zempilo.
121 ye-Advent
Izinsuku ezingu-24
Ukuzalwa kukaKristu, ukufika Kwakhe, kuphawula icebo likaNkulunkulu lokuhlengwa kwethu. KuKristu, sibona isithombe esigcwele sethemba likaNkulunkulu, ukuthula, injabulo nothando. Izwi likaNkulunkulu liyiqiniso esazi ngalo futhi sihamba Naye nsuku zonke. Sethemba ukuthi lo mhlahlandlela uzokhuthaza futhi wenze lula isikhathi sakho osichithwa eZwini futhi unikezele insiza yemindeni enezingane ukwenza lokho ndawonye.