Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KumaHeberu 12:12
![Umnqobi: Ukuthola Amandla eZikhathini Zobunzima](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F19630%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Umnqobi: Ukuthola Amandla eZikhathini Zobunzima
Izinsuku eziwu 4
Ukunqoba ezikhathini zobunzima ungakuzwa njengento engeke yenzeka, nxa wedlula kuzona. Kodwa ngokubonga, UNkulunkulu uyakwazi ukwenza okungaphezulu kunalokho esikucelayo nesikucabangayo. Kulesisifundo sezinsuku ezine, thola ukuthi UNkulunkulu angakukhokhela kanjani ubuhlungu nokudumazeka kwakho akunike injongo.
![Ukukhanya Kokuhamba](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F13407%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukukhanya Kokuhamba
Izinsuku ezingu-7
Ngesikhathi sikaKhisimusi esiminyene, iningi lethu lizwa ingcindezi nokukhathazeka ebudlelwaneni bemindeni, ingcindezi yezezimali, izinqumo ezisheshayo, kanye nalokho okulindelwe okudumazayo. Ngakho-ke qhubeka. Adonse umoya. Qala lolu hlelo lweLife.Church Bible futhi ubone ukuthi isisindo esizizwayo kungaba yinto uNkulunkulu angakaze asicele ukuthi siyithwale. Kuthiwani ngokuyeka umthwalo? Ake sikhanyise ukukhanya.
![Imizwa Engcwele - Izimpendulo ZeBhayibheli Kuzo Zonke Izinselelo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F255%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Imizwa Engcwele - Izimpendulo ZeBhayibheli Kuzo Zonke Izinselelo
Izinsuku ezingu 30
UNkulunkulu wakwenza futhi wakubeka ngalomzuzu wesikhathi, ukuba uthande abangathandeki, ubonise ukuthula esiphithiphithi, futhi ubonise injabulo yokudela kuzo zonke izimo. Lokhu kungase kubonakale kungenakwenzeka, kodwa ungakwenza lokhu ngokufunda lokho iBhayibheli elikushoyo ngemizwa yakho engokwemvelo yomuntu nendlela yokuyilawula. Le nkonzo ihlanganisa izinselelo ezijwayelekile futhi kwesinye isikhathi ezimangalisayo esibhekana nazo nsuku zonke, futhi inikeza izinkomba zeBhayibheli zokuthi ungayilawula kanjani imizwelo yakho ngendlela kaNkulunkulu.