Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UGenesise 2:24
Ungasindisa Kanjani Ucansi Ukuze Ushade?
izinsuku ezingu 3
Noma nini lapho othile ebuza ukuthi siyakholelwa yini ocansini ngaphambi komshado siphendula ngokuthi "yebo no cha." Impendulo edidayo ekuqaleni, kepha isinikeza ithuba lokwenza iphuzu elibalulekile. Unkulunkulu uqinisekisa ubulili bethu njengabantu futhi asikwazi ngokuzumayo ukuba yi-asexual. Ngalesi sizathu, sikholelwa kwezocansi ngaphambi komshado. Siyashesha ukulandela, noma kunjalo, ngokuthi ukwenza ucansi lobulili ngaphambi komshado ngokusobala akuhambisani nezimiso zikaNkulunkulu.
Sukumela Inselelo
Izinsuku eziwu 4
Umhlaba wethu ugcwele abantu, kodwa uNkulunkulu ufuna amadoda ombuso azosukuma aziphendulele ngezenzo zawo, imindeni yawo, amabandla awo kanye nemiphakathi yawo. Uma sinobuholi obunjalo obubambekayo, uNkulunkulu uzotuswa kuzo zonke izici zempilo yethu.
Imigomo Yobudlelwano
izinsuku ezingu 5
Sesha i-#RelationshipGoals ezinkundleni zokuxhumana, futhi uzothola izithombe ezibonakala ziphelele zabashadile abathandanayo. Kodwa kuthiwani uma umbono wobudlelwano umphakathi wethu owuthengisayo ungamanga? Umfundisi uMichael Todd ubhale Izinjongo Zobudlelwane: Indlela Yokunqoba Ekujoleni, Umshado, kanye Nocansi mayelana nokuba nemigomo yobudlelwano evela kuNkulunkulu futhi ihambisane nalokho Asenze ukuba sibe yikho.
Ibhayibheli Lathini?
izinsuku ezingu 5
Uma uke waba nemibuzo ngeBhayibheli, uphakathi kwabantu abahle! Besike saba lapho sonke. Ngezinye izikhathi izingxenye zeBhayibheli zingadida ngempela. Kulolu Hlelo LweBhayibheli, sizoxoxa ngezinye zezindima okungaba nzima ukuziqonda futhi sifunde amacebiso awusizo okuhlola imiBhalo.
Inkambo Yangaphambi Komshado
Izinsuku ezi-5
Imishado eqinile ayivele izithuthukise. Ithemba lethu ukuthi uzothola izimo zengqondo, izindinganiso nemikhuba edingekayo ukwakha umshado onempilo noqinile oyohlala impilo yonke. Lolu hlelo lwezinsuku ezinhlanu luthathwe kwi-The Pre-Marriage Course eyenziwe nguNicky noSila Lee, ababhali beThe Marriage Book.
Relationships
5 Days
God created us for relationships. In fact, the greatest commandment—to love God with all our heart, soul, and mind and to love our neighbor as our self—is all about relationships (Matthew 22:36-40). But that’s not exactly easy all the time; relationships are messy and tough. In this plan, you’ll encounter practical Scripture passages that will help you build, maintain, and expand your relationships with God and others.
Umshado
izinsuku ezingu 5
Umshado ubudlelwane obunzima futhi obuzuzisayo, izikhathi eziningi siyakhohlwa ukuthi "Ngiyavuma" kuyisiqalo nje kuphela. Ngenhlanhla, iBhayibheli linokuningi elikushoyo mayelana nomshado ngokubona komyeni kanye nokomfazi. Amavesi amafushane ozohlangabezana nawo nsuku zonke kuloluhlelo enzelwe ukukusiza ukhule ekuqondeni kwakho umklamo womshado kaNkulunkulu-futhi ukhulise ubudlelwani nomlingani wakho ngaleso sikhathi.
Izinsuku Ezingu-12 Zothando Oluhlala Njalo
Izinsuku eziwu 12
Kulolu cwaningo, sizokuqondisa ohambweni lobudlelwano oluhlanganisa izindlela ezingu-12 ezibalulekile zokuba Nothando Oluhlala Njalo.