Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UGenesise 1:4
![Ngiyaphana](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1882%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ngiyaphana
Izinsuku eziwu 4
Lapho unikela ngokuphila kwakho kuNkulunkulu, wamukela isipho esikhulu kunazo zonke. Lolu Hlelo LweBhayibheli lwezinsuku ezine oluvela ku-Life.Church luzokusiza ukuthi uthole okuwukuphela kwempendulo enengqondo. Qala ukufunda ingxenye yesine yochungechunge oluthi Hlala Unethemba olunezingxenye eziyisithupha.
![Ukuqiniseka noLisa Bevere](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F11418%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukuqiniseka noLisa Bevere
Izinsuku ezi-6
Liyini iqiniso? Isiko ukuthenga amanga awukuthi iqiniso liwumfula, isiphethu nokuhambisana nokuhamba kwesikhathi. Kodwa iqiniso akusiwo unfula- liyidwala. Futhi ulwandle olunamandla lwemibono, loluhlelo luzokusiza ukwesekela umoya wakho- likunike indlela ekhanyayo kulomhlaba ophithizelayo.
![Ukuzijwayeza](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F13743%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukuzijwayeza
Izinsuku ezi-6
Ukushintsha akulula, kodwa kungenzeka, futhi. Ukuqala imikhuba emincane embalwa kungashintsha indlela ozibona ngayo namuhla futhi uguquke ube ngumuntu ofuna ukuba nguye kusasa. Lolu Hlelo lweBhayibheli lwe- Life.Church luhamba emiBhalweni ngesifinyezo esilula sokwenza imikhuba emihle yansuku zonke ehlalayo.
![Ukuza: Uhambo lukaKhisimusi](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F13463%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukuza: Uhambo lukaKhisimusi
Izinsuku ezingu-25
UKhisimusi ngeqiniso uyindaba enkulu kunazo zonke: indaba yokwethembeka kukaNkulunkulu, amandla, insindiso, nothando olungapheliyo. Asithatheni uhambo kulezinsuku ezilandelayo ezi-25 ukuthi sizwe ngohlelo lukaNkulunkulu lokusindisa izwe esonweni nezethembiso ezafezwa ngokuzalwa kweNdodana Yakhe.