← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Eksodusi 34:8

Ubaba Uyakuthanda Ngu-Pete Briscoe
Izinsuku ezingu 16
Safundiswa kusukela ekuqaleni ukuthi uNkulunkulu unguBaba wethu futhi singabantwana Bakhe. Kodwa ukuhlobana noNkulunkulu njengoBaba akulula ngaso sonke isikhathi—ikakhulukazi uma obaba bethu basemhlabeni bezabalaza ukukhombisa uthando ebesilulangazelela. Kulolu cwaningo lwezinsuku ezingu-16, uPete Briscoe udonsela ukunaka kwethu kuNkulunkulu owenelisa konke ukulangazelela kwethu uthando—egqamisa indlela umBhalo uwembula ngayo ukuthi unguBaba wethu olungileyo nophelele.