Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Esteri 4:1
![Ingabe uNkulunkulu Uyakukhathalela Ukucwasa](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F4155%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ingabe uNkulunkulu Uyakukhathalela Ukucwasa
izinsuku ezingu 3
Uhlelo luthemba ukugqamisa inhliziyo kaNkulunkulu kwabanyathelwe phansi, abampofu, izisulu zokuhlukunyezwa nokucwaswa. Ucwaningo luthemba ukubekela abantu inselelo yokuthi bayeke ukucwasa ngendlela enesithunzi futhi babone izimo zengqondo nemikhuba ecindezelayo futhi babe negalelo ekubuyiseleni isithunzi sabantu esisinikezwe uNkulunkulu.
![Imizwa Engcwele - Izimpendulo ZeBhayibheli Kuzo Zonke Izinselelo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F255%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Imizwa Engcwele - Izimpendulo ZeBhayibheli Kuzo Zonke Izinselelo
Izinsuku ezingu 30
UNkulunkulu wakwenza futhi wakubeka ngalomzuzu wesikhathi, ukuba uthande abangathandeki, ubonise ukuthula esiphithiphithi, futhi ubonise injabulo yokudela kuzo zonke izimo. Lokhu kungase kubonakale kungenakwenzeka, kodwa ungakwenza lokhu ngokufunda lokho iBhayibheli elikushoyo ngemizwa yakho engokwemvelo yomuntu nendlela yokuyilawula. Le nkonzo ihlanganisa izinselelo ezijwayelekile futhi kwesinye isikhathi ezimangalisayo esibhekana nazo nsuku zonke, futhi inikeza izinkomba zeBhayibheli zokuthi ungayilawula kanjani imizwelo yakho ngendlela kaNkulunkulu.