← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzEnzo 8:32
![Ukufunda Ibhayibheli](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F51985%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukufunda Ibhayibheli
5 Izinsuku
UNkulunkulu uzembula kithi ngeZwi laKhe, iBhayibheli, esisondeza kuye futhi esihlomisa ukuba sikhule ekuvuthweni ngokomoya. Lolu hlelo lwezinsuku ezinhlanu luhlola ukuthi singaliqonda kanjani iBhayibheli ngokwengqikithi futhi sazise indaba yalo egxile kuKristu, ehlengayo, neguqulayo.
![Izingxogxo NoNkulunkulu](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F9143%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Izingxogxo NoNkulunkulu
Izinsuku eziwu 12
Izingxogxo noNkulunkulu zikucwilisa ngokujabulisayo empilwen yomthandazo esondele kakhulu, kugcizelela izindlela ezingokoqobo zokuzwa izwi likaNkulunkulu. Unkulunkulu ufuna sithokozele ingxoxo egijimayo Naye zonke izimpilo zethu — ingxoxo eyenza wonke umehluko ekuqondisweni, ebudlelwaneni nasenhlosweni. Leli cebo ligcwele izindaba ezisobala, zomuntu siqu ngokufinyelela kwenhliziyo kaNkulunkulu. Uyasithanda!