← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzEnzo 6:3
Ukupha: Ngemali futhi Nangaphandle Kwemali
izinsuku ezingu 5
Ungase ube usozigidigidi, noma ungase ube sezingeni eliphakathi-noma ngabe iyiphi indlela, ungaba ophanayo. Ukupha akuhlangene kangako ne-akhawunti yakho yasebhange futhi kuhlobene kakhulu nendlela ocabanga ngayo. uJesu waphila ngokuphana, futhi ukumema ukuba ulandele ukuhola Kwakhe. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-5 luzokunikeza izinyathelo ezilula zokuphila ngokuphana.