← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 2 kuThimothewu 2:3
Ukukhonza Kuyisikhali Sami
izinsuku ezingu-6
Ezikhathini zokucindezeleka okukhulu nobunzima, sinesikhali esisodwa esibalulekile esizosivumela ukuba sinqobe konke ukuphikiswa: Indumiso! Kulolu hlelo lwezinsuku eziyisithupha, uDavid Villa ujoyinwa abaholi bezenkolo abehlukene ukuxoxa ngokuthi singasisebenzisa kanjani lesi sikhali ngempumelelo! Ukudumisa kuyisikhali sethu!
Zilwele
Izinsuku eziwu 10
Ziningi izimpi okusamele sizilwe kodwa asilwi ukuze sizuze ukunqoba; silwa kusukela ekunqobeni osekuzuzwe esiphambanweni. Kunezitha ezithile uNkulunkulu akukhipha kuzo, kodwa zikhona ezinye izitha akunika amandla okuzibusa. Ukukhululwa yilokho uNkulunkulu akwenzayo kuwe; ukubusa yilokho Akwenza ngawe.