← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 2 kwabaseKorinte 6:4
Ungakhathazeki
Izinsuku ezingu-7
Masikhumbule ukuthi uJesu uqobo wakhuluma nabafundi bakhe wathi, “Ezweni lusizi. Kodwa yimani isibindi! mina ngilinqobile izwe. Ngokuvamile, njengabantwana bakaNkulunkulu, asikhululekile ekuhluphekeni, ezinkingeni, noma ekulingweni. Sinokuphila kokunqoba, kodwa lokho akusivimbi ukuba sidlule osizini njengoba uPawulu afundisa. Indlela esisabela ngayo esilingweni ikhuluma kakhulu kunalokho esikushumayelayo.