Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 2 kwabaseKorinte 4:6

Ukuphila Ngokulunga kukaNkulunkulu
Izinsuku eziwu 4
"Uziphathe kahle!" kuyinto izingane eziyizwa kaninginingi—ivela kubazali bazo, kothisha, ngisho nakubantu abadala abanobudlova. Kepha empeleni “ubuhle” bubukeka kanjani? Kulolu hlelo lwezinsuku ezine, wena nezingane zakho nizohlola ndawonye umehluko phakathi kokuziphatha kahle nokuba muhle ngempela. Usuku ngalunye lubandakanya ukukhuthazwa ngokuthandaza, ukufundwa kwemibhalo emfushane kanye nokuchazwa kwayo, umsebenzi owenziwayo, nemibuzo yezingxoxo.

Ngikhungathwe Izibusiso Zami (Ingxenye 4)
izinsuku ezingu 5
Isikhuthazo komama esivela kumama owethule izingane zakhe ezingu-7 futhi waphila ukuze azixoxele ngakho. Lokhu kuyingxenye 4 kwezingu-12 zokuzinikela kulolu chungechunge oluvela kuRobin Meadows!

Ungayeki
Izinsuku ezingu-7
Wake wakhathala noma wehlulwe kakhulu empilweni waze wafuna ukuphonsa ithawula futhi ulahle ithemba? Ibhayibheli ligcwele isikhuthazo sokukhuthazela nokuqhubeka! Lolu hlelo lokufunda lwezinsuku eziyi-7 luzokuvuselela ohambweni oluzayo.

Izinsuku ezingu-21 zokuThandazela Abangani
Izinsuku ezingu-21
Ezikhathini eziningi kuba nzima ukwabelana ngevangeli nabangani bethu. Kuphakathi kokuthi sinqotshwa ukwesaba noma asazi ukuthi sizokwabelana ngani. Sonke sidinga umthwalo ukuze sifinyelele kubangane bethu abalahlekile bakaKristu. Lolu wuhlelo lokufunda iBhayibheli lwezinsuku ezingu-21 olusisiza ukuthi sizindle ngokukhethekile ngezindima eziphathelene nokushumayela ivangeli futhi luhambisana nomkhuleko omfishane wosuku ngalunye lwabangane bethu.