Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 2 kwabaseKorinte 4:4
![Ukuthola Injabulo Yangempela: Ukuzinikela noJohn Piper](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F380%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukuthola Injabulo Yangempela: Ukuzinikela noJohn Piper
izinsuku ezingu 3
Unkulunkulu wenza okuningi ngathi. Kepha inhloso yakhe ukusikhipha esiqwini sethu ukuze sijabulele ubukhulu bakhe.Kuloluhlelo lwezinsuku ezintathu, uJohn Piper ugqugquzela abafundi ukuthi babuke ngaphezu kwezenzo zothando lukaJesu ukuze babone injongo yothando lwakhe.
![Ungayeki](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F11747%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ungayeki
Izinsuku ezingu-7
Wake wakhathala noma wehlulwe kakhulu empilweni waze wafuna ukuphonsa ithawula futhi ulahle ithemba? Ibhayibheli ligcwele isikhuthazo sokukhuthazela nokuqhubeka! Lolu hlelo lokufunda lwezinsuku eziyi-7 luzokuvuselela ohambweni oluzayo.
![Izinsuku ezingu-21 zokuThandazela Abangani](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F18540%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Izinsuku ezingu-21 zokuThandazela Abangani
Izinsuku ezingu-21
Ezikhathini eziningi kuba nzima ukwabelana ngevangeli nabangani bethu. Kuphakathi kokuthi sinqotshwa ukwesaba noma asazi ukuthi sizokwabelana ngani. Sonke sidinga umthwalo ukuze sifinyelele kubangane bethu abalahlekile bakaKristu. Lolu wuhlelo lokufunda iBhayibheli lwezinsuku ezingu-21 olusisiza ukuthi sizindle ngokukhethekile ngezindima eziphathelene nokushumayela ivangeli futhi luhambisana nomkhuleko omfishane wosuku ngalunye lwabangane bethu.
![Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoya](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1032%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoya
Izinsuku ezingu 30
Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.