Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 2 iziKronike 20:15
![Okushiwo uBaba](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F18910%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Okushiwo uBaba
izinsuku ezingu 3
Miningi kunezihlabathi ezisogwini, imicabango kaBaba yothando ngawe. Ungumntwana Wakhe othandekayo, futhi uyajabula ngawe! Lokhu kuzinikela kuyisimemo sakho sokuhlangana nobunjalo obuphelele, obumangalisayo bukaYihlo osezulwini. Othandweni Lwakhe akukho ukulwa nokwesaba, ngokuba usesandleni Sakhe.
![Ihubo LaseZulwini: Izinsuku Ezingu-12 Zokuthandaza NoPhil Wickham](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F30853%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ihubo LaseZulwini: Izinsuku Ezingu-12 Zokuthandaza NoPhil Wickham
Izinsuku eziwu 12
Siyakwamukela ochungechungeni lwenkonzo lwe-Hym of Heaven. Ukufunda kwansuku zonke okuhambisana neculo elihlukile le-albhamu yami, Ihubo Lezulu. Lezi zingoma zibhalelwe ukukhuthaza ukukhuleka ezinhliziyweni zabalaleli, futhi ngithandazela ukuthi lolu chungechunge lwenze okufanayo njengoba ufunda. Ngibonga kakhulu kumngani wami nomfundisi, u-Benji Horning, ngokungisiza ukuba ngiphilise le micabango. Sithandazela ukuthi ubusiseke!
![Umthelela Wenjabulo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F228%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Umthelela Wenjabulo
Izinsuku ezingu 31
Ibhayibheli lisitshela ukuthi “ebukhoneni bakhe kukhona ukugcwala kwenjabulo” nokuthi “ukuthokoza kukaJehova kungamandla ethu”. Injabulo ayiwona nje omunye umzwelo; kuyisithelo sikaMoya kanye nesinye sezikhali ezingcono kakhulu kunqolobane yakho yokulwa nokudumazeka, ukudangala, kanye nokunqotshwa. Chitha izinsuku ezingu-31 ufunda lokho iBhayibheli elikushoyo ngenjabulo, futhi uziqinise ukuze ube umKristu ojabulayo ngokungenamibandela.