Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 uSamuweli 1:11
![U-Esteri](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F52241%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
U-Esteri
4 Izinsuku
Indaba ka-Esteri ethinta inhliziyo, ehlolisiswe kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezine, ifanekisela indlela uJesu azidela ngayo ukuze asikhulule. Nakuba igama likaNkulunkulu lingashiwongo kulencwadi, ubukhosi Bakhe phezu kwezehlakalo abunakuphikwa, futhi isibindi sika-Esteri nokuzidela kwakhe kubonisa uthando Lwakhe kanye nomsebenzi Wakhe wokuletha ithemba emhlabeni.
![Eduze Kwabaphuke Inhliziyo: Indlela KaNkulunkulu Yokuphulukisa Ekudabukeni Kwenhliziyo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F27389%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Eduze Kwabaphuke Inhliziyo: Indlela KaNkulunkulu Yokuphulukisa Ekudabukeni Kwenhliziyo
Izinsuku ezingu-7
Kungakhathaliseki ukuthi ulahlekelwe ubungani, iphupho eliphukile, noma ukwehlukana-ukuzwa ubuhlungu benhliziyo kungase kudide futhi kube inselelo. Kulolu Hlelo LweBhayibheli Lwezinsuku Ezingu-7, uzofunda ukuthi ungayithambekela kanjani inhliziyo yakho eyaphukile ngendlela kaNkulunkulu.
![Khuleka](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1554%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Khuleka
Izinsuku ezingu-24
Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.