Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kaPetru 3:14
![Kwehlukile](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F4489%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Kwehlukile
izinsuku ezingu 5
Loluhlelo lwe-Life.Church Bible yisifundo sika-1 Petru esihambisana nochungechunge lukaMfundisi uCraig Groeschel oluthi, Kwehlukile. Kulo mhlaba, uzoba nezinkinga. Uzobhekana nokuphikiswa. Uzophonselwa inselelo. Futhi kunesizathu salokho: lo mhlaba awulona ikhaya lakho. ngakho-ke phendula inzondo ngothando, thola injabulo phakathi kwezilingo, futhi wethembele emandleni angaphezu kwakho siqu. Uhloselwe ukuba ... wehluke.
![1 kaPetru](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F52242%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
1 kaPetru
5 Izinsuku
Ngencwadi yakhe egxile ethembeni ayibhalela ibandla lekhulu lokuqala, uPetru usikhuthaza ukuba sithembele futhi silalele, sihlale sigxilile okholweni lwethu njengoba sikhuthazelela izilingo noshushiso. Usikhumbuza ukuthi ngenxa yalokho esiyikho kuKristu, sinikwa amandla okuphila izimpilo ezingcwele, futhi singabheka phambili ekutholeni ifa laphakade.
![Yiba Umshintshi Wemidlalo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F22396%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Yiba Umshintshi Wemidlalo
Izinsuku ezi-6
Ushintsho lwegeyimu lulolonga kabusha ngokuphelele isiqondiso segeyimu. UJesu wayengumshintshi wezwe elilahlekile. Futhi qagela ukuthini? Ungashintsha omunye umuntu ngokumtshela lokho uJesu akwenzele kona. Ukuvangela yigama elikhulu elinomthwalo wemfanelo omkhulu, kodwa empeleni lilula kakhulu. Lolu Hlelo LweBhayibheli luzosiza intsha ukuba iqonde indlela yokuhlanganyela iVangeli ngobumnene nangenhlonipho.
![Ukuphila Okunezithelo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F34224%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukuphila Okunezithelo
Izinsuku ezingu-9
Isithelo sikaMoya singatholakala kuphela uma sihamba ngoMoya. Lolu hlelo luzokusiza ukuthi ujule esithelweni sikaMoya kanye nemininingwane yokuthi thina njengamakholwa singasijabulela kanjani lesi sithelo.
![121 ye-Advent](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1267%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
121 ye-Advent
Izinsuku ezingu-24
Ukuzalwa kukaKristu, ukufika Kwakhe, kuphawula icebo likaNkulunkulu lokuhlengwa kwethu. KuKristu, sibona isithombe esigcwele sethemba likaNkulunkulu, ukuthula, injabulo nothando. Izwi likaNkulunkulu liyiqiniso esazi ngalo futhi sihamba Naye nsuku zonke. Sethemba ukuthi lo mhlahlandlela uzokhuthaza futhi wenze lula isikhathi sakho osichithwa eZwini futhi unikezele insiza yemindeni enezingane ukwenza lokho ndawonye.