← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 AmaKhosi 3:1
Ukuzuza Ukuhlakanipha KukaNkulunkulu
izinsuku ezingu 5
Abaningi bethu babheka ukuhlakanipha njengento ehlangene nabantu abanesipiliyoni esiningi. Kodwa, singaba nakho ngempela kungakhathaliseki ukuthi sesiphile isikhathi eside kangakanani. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-5 luzokunikeza ukuqonda ukuthi kuyini ngempela ukuhlakanipha kukaNkulunkulu nokuthi ungakuthola kanjani.