Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kaJohane 4:7
Limayelana nani iPhasika?
Izinsuku ezi-6
Ngesinye isikhathi, indoda yabikezela ukufa Kwayo uqobo. Wabikezela nokuthi wayezofa izinsuku ezintathu kuphela. Futhi Wayeqinisile! Ukufa kukaJesu nokubuyela ekuphileni amaqiniso amangalisayo endaba ye-Easter. AmaKristu asalugubha lolu suku. Kodwa kusho ukuthini konke kuwe? Lolu Hlelo LweBhayibheli luzokusiza uqonde izimfihlakalo nobuhle bePhasika!
Kuyahlo(bana): Ukwenza Ubudlelwano Busebenze
Izinsuku ezingu-7
Lolu hlelo lokufunda luhlanganisa ukuzinikela ekufundeni okuyisikhombisa kwansuku zonke okusekelwe kuhlelo lwezifundo luka-Louie Giglio olu(hlobene): Ukwenza Ubudlelwano busebenze. Lolu cwaningo luzohlola ukuthi yini eyenza sihlobane nabanye, ukuthi uNkulunkulu angakuletha kanjani ukuthula phakathi kwezingxabano, nokuthi singasiza kanjani ekubuyiseleni ubudlelwano obubonakala bubhidlikile bungenakulungiseka.