Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kaJohane 3:1
![Ukungaphumuli](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F15303%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukungaphumuli
izinsuku ezintathu
“Izinhliziyo zethu aziphumuli baze bakuthole ukuphumula kuWe.” Akukaze nanini ngaphambili ukuthi abaningi bethu bazizwe ukungahlaliseki u-Augustine akuchaze ngalo musho odumile. Kepha siyini isisombululo ekushodeni kwethu kokuphumula kwangempela? Njengoba lolu hlelo lwezinsuku ezintathu luzobonisa, ikhambi ngokwengxenye lisekubukeni umkhuba wasendulo weSabatha ngelinye ilensi — ngokusebenzisa i-lens ka “Wena” —uJesu — umthombo wethu wokugcina wokuthula.
![Usuku lwe-Valentine](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F25648%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Usuku lwe-Valentine
izinsuku ezingu 3
Usuku lwe-Valentine kungaba isikhathi esinzima kwabanye bethu. Singase sibe sesigabeni sempilo lapho singekho ebudlelwaneni, futhi sifuna ukuba khona, okungase kuphakamise imizwa ethile engakhululekile. Ezinsukwini ezintathu ezizayo kungakhathaliseki ukuthi bunjani ubuhlobo bakho, sivumele ukuba sikhuthaze inhliziyo yakho ngothando lukaNkulunkulu OLUHLE, OLUNGANEMIBANDELA, OLUTHULISAYO.
![IZwi LikaNkulunkulu Lazo Zonke Izidingo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F10496%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
IZwi LikaNkulunkulu Lazo Zonke Izidingo
izinsuku ezingu 5
Impilo ingaba nzima, futhi lapho ubhekene nezinselelo futhi udinga isikhuthazo, indawo engcono kakhulu ongaya kuyo iwukuba seZwini likaNkulunkulu. Kodwa ngezinye izikhathi kunzima ukwazi ukuthi ubheke kuphi. Izwi likaNkulunkulu Lazo Zonke Izidingo lihlanganisa imibhalo ebalulekile kuwo wonke umfundi weZwi okufanele ayibheke phakathi nezikhathi ezinzima zokuphila. Thembela kuNkulunkulu ukuba akusize ezikhathini ezinzima.
![Phefumulela Intshiseko Yomoya Emshadweni Wakho](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1287%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Phefumulela Intshiseko Yomoya Emshadweni Wakho
Izinsuku ezingu-7
Ithathwe encwadini yakhe entsha ethi "A Lifelong Love," uGary Thomas ukhuluma ngezinjongo zaphakade zomshado. Funda amathuluzi asebenzayo ukusiza ukwakha umshado wakho ube ubudlelwano obukhuthazayo, ukusabalalisa impilo engokomoya kwabanye.
![Kuyahlo(bana): Ukwenza Ubudlelwano Busebenze](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F2984%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Kuyahlo(bana): Ukwenza Ubudlelwano Busebenze
Izinsuku ezingu-7
Lolu hlelo lokufunda luhlanganisa ukuzinikela ekufundeni okuyisikhombisa kwansuku zonke okusekelwe kuhlelo lwezifundo luka-Louie Giglio olu(hlobene): Ukwenza Ubudlelwano busebenze. Lolu cwaningo luzohlola ukuthi yini eyenza sihlobane nabanye, ukuthi uNkulunkulu angakuletha kanjani ukuthula phakathi kwezingxabano, nokuthi singasiza kanjani ekubuyiseleni ubudlelwano obubonakala bubhidlikile bungenakulungiseka.
![Luyini uthando lweqiniso?](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F31668%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Luyini uthando lweqiniso?
Izinsuku eziwu 12
Wonke umuntu ufuna ukwazi ukuthi uthando luyini. Kodwa bayingcosana abantu abaya ebhayibhelini ukuthola ukuthi lithini ngothando. Uthando lweyizinye zezingqalazinto zezibhalo nezinto ezibalulekile zempilo yomzalwane. Loluhlelo lease Thistlebend Ministries lufundisa ngencazo yebhayibheli mayelana nothando nokumthanda kahulu uNkulunkulu nabanye.