← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kwabaseKorinte 3:16
Ukuhlanza kobuKristu: Izinyathelo Ezilula Zokuphila Okuchichimayo
Izinsuku ezingu-7
Sonke siyazi ukuthi injongo yethu ekuphileni ayigoqiwe ekuqongeleleni izinto, ingcebo, amandla, nodumo—uJesu ukucacisile lokho—kodwa umphakathi usitshela okuhlukile. Ukuhlanza KobuKristu kuzama ukunqamula ekucabangeni kwethu kanye namanga omphakathi mayelana nokuthi impilo kufanele ibukeke kanjani futhi imema abafundi empilweni uJesu asibizela yona ukuba siyiphile: impilo ephilwa ngamabomu, engenayo imfuhlumfuhlu enyameni, engokomoya, nengokomzwelo.