Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kwabaseKorinte 3:13
![Vuselela kabusha](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F31975%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Vuselela kabusha
izinsuku ezingu 5
Isiqalo esihle, usuku olusha, futhi yisikhathi sokuqala kabusha. Umbono omusha, umlilo omusha, imana entsha, nomoya omusha! Joyina uDavid Villa emkhulekweni wakhe omusha njengoba exoxa ngokuthi singalisebenzisa kanjani iZwi likaNkulunkulu ukuze sivuselele umbono wethu, umlilo wethu, imana yethu, nomoya wethu nsuku zonke!
![Ukutshala Ibandla Elinempilo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F2156%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukutshala Ibandla Elinempilo
Izinsuku ezingu-7
Lapho uNkulunkulu ekubizela enkonzweni, kungaba nzima kakhulu, kodwa futhi kungaba yinto engcono kakhulu eke yenzeke kuwe. Uma inhliziyo yakho inyakazisiwe ukuba utshale ibandla, qala lapha eZwini likaNkulunkulu. Gxila kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku eziyisikhombisa, futhi uthole isikhuthazo osidingayo ukuze uphumele obizweni lukaNkulunkulu.
![Ukungabaza uNkulunkulu](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F30754%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukungabaza uNkulunkulu
Izinsuku ezingu-7
Kuthiwani uma ukungabaza kungekona okuphambene nokholo kodwa kuwumnyango oya ekukholweni okujulile? Kulolu Hlelo LweBhayibheli lwezinsuku ezingu-7 oluhambisana nochungechunge lwemiyalezo kaMfundisi Craig Groeschel, Ukungabaza uNkulunkulu, sizothola ukuthi ukungabaza akukwenzi umKrestu omubi. Eqinisweni, kungase kube isithako esidingekayo ekusenzeni abafundi.
![Ukukhulisa Ibandla Elinempilo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F2154%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukukhulisa Ibandla Elinempilo
Izinsuku eziwu 10
Njengomfundisi, uchitha isikhathi esiningi uhola futhi ukhuthaza abanye, kodwa iBhayibheli linesikhuthazo ngawe, futhi. Lolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezingu-10 lukuhambisa ezindleleni ezisebenzayo ezing-10 zokuqinisa impilo yebandla lakho ngokufunda ukuncika ngokuphelele kuNkulunkulu. Ngamavesi amafushane kodwa anamandla kanye nomcabango ogxilile wosuku ngalunye, Ukukhulisa Ibandla Elinempilo kuyindlela enhle yokuthuthukisa isikhathi sakho somthandazo wansuku zonke.
![Luyini uthando lweqiniso?](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F31668%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Luyini uthando lweqiniso?
Izinsuku eziwu 12
Wonke umuntu ufuna ukwazi ukuthi uthando luyini. Kodwa bayingcosana abantu abaya ebhayibhelini ukuthola ukuthi lithini ngothando. Uthando lweyizinye zezingqalazinto zezibhalo nezinto ezibalulekile zempilo yomzalwane. Loluhlelo lease Thistlebend Ministries lufundisa ngencazo yebhayibheli mayelana nothando nokumthanda kahulu uNkulunkulu nabanye.
![Izinsuku ezingu-21 zokuThandazela Abangani](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F18540%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Izinsuku ezingu-21 zokuThandazela Abangani
Izinsuku ezingu-21
Ezikhathini eziningi kuba nzima ukwabelana ngevangeli nabangani bethu. Kuphakathi kokuthi sinqotshwa ukwesaba noma asazi ukuthi sizokwabelana ngani. Sonke sidinga umthwalo ukuze sifinyelele kubangane bethu abalahlekile bakaKristu. Lolu wuhlelo lokufunda iBhayibheli lwezinsuku ezingu-21 olusisiza ukuthi sizindle ngokukhethekile ngezindima eziphathelene nokushumayela ivangeli futhi luhambisana nomkhuleko omfishane wosuku ngalunye lwabangane bethu.