Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kwabaseKorinte 12:7
![Hlukana Nomona Ngohlelo lokufunda lwezinsuku eziyisithupha luka-Anna Light](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F15926%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Hlukana Nomona Ngohlelo lokufunda lwezinsuku eziyisithupha luka-Anna Light
Izinsuku ezi-6
Manje, kunangaphambili, sibhekene nempilo yawo wonke umuntu njengoba efuna kubonakale, futhi ukuqhathaniswa nempilo yethu siqu kuvusa umona. Awufuni ukuthi lo moya ukhule kuwe, kodwa kuthiwani ngomonakalo obangelwa umona lapho uqhamuka komunye umuntu? Kulolu hlelo lokufunda, uzothola ukuthi ungawunqoba kanjani umona, uvikele inhliziyo yakho, uhambe ngokukhululeka.
![Amaqembu amancane, Ukukhula Okukhulu](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F2915%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Amaqembu amancane, Ukukhula Okukhulu
Izinsuku ezingu-7
Amasonto awabiza ngamaqembu amancane, amaqembu amaseli, kanye namaLifeGroups. Ngaphandle kwamagama, akhona ukuze akhe ubudlelwano obunenjongo phakathi kwabalandeli bakaKristu. Kodwa kungani? Ingabe laba ngabantu esiphila nabo ngokukhululeka kobuKristu, noma kukhona okunye? Lolu hlelo lweBhayibheli, lweqembu le-Life.Church LifeGroups, olwanoma ubani ocabanga ukuthi uNkulunkulu angasebenzisa iqembu labo elincane ukuze abangele ukukhula okukhulu.
![Phumula Ekuqhathaniseni Uhlelo lwezinsuku Eziwu-7 Ngo-Anna Light](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F11737%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Phumula Ekuqhathaniseni Uhlelo lwezinsuku Eziwu-7 Ngo-Anna Light
Izinsuku ezingu-7
Uyazi ukuthi uNkulunkulu ukupha ukuphila okuchichimayo kunalena oyiphilayo, kodwa iqiniso elibuhlungu liwukuthi isiqhathaniso siyakuvimbela ukuba uye kwelinye izinga. Kulolu hlelo lokufunda u-Anna Light wembula imininingwane ezophazamisa ukuqhathaniswa kwesembozo emakhonweni akho, futhi ikusize uphile impilo ekhululekile nechichimayo uNkulunkulu ayidalele wena.
![Ukuhamba Nojesu](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F32078%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukuhamba Nojesu
Izinsuku ezingu-14
Uyafuna ukufunda incazelo yensindiso, ukuphila impilo egcwele uMoya, ukuzwa izwi likaNkulunkulu, ubudodana, ukufana noKristu, ukwesaba uNkulunkulu, ukuphila okunqobayo, ukuvuselela ingqondo, ukukhululwa, nokubuyiselwa?
![Injabulo Yazo Zonke Izinkathi](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F3494%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Injabulo Yazo Zonke Izinkathi
Izinsuku ezingu 30
Wake wazibuza, “Kungenzeka yini ukuba nenjabulo kuzo zonke izikhathi zokuphila?” Ucarol McLeod ukholelwa ukuthi uNkulunkulu unenjabulo enkulu ongayithola. Kulokhu kuzinikela, uzothola ukuthi ungamethemba kanjani uNkulunkulu lapho impilo ingalungile, ungazindla kanjani ngombhalo oguqula ukucabanga kwakho nokuthi ungaguqula kanjani ukudumala kube yinhliziyo ejabule phakathi kokungaqiniseki.