1
Luka 19:10
Baasraak Zulu New Testament Bible
Ngokuba iNdodana yomuntu ize ukufuna nokusindisa obekulahlekile.
對照
探尋 Luka 19:10
2
Luka 19:38
besithi: Kayibusiswe iNkosi ezayo ebizweni leNkosi: ukuthula ezulwini, lenkazimulo kweliphezulu.
探尋 Luka 19:38
3
Luka 19:9
UJesu wathi kuye: “Namuhla insindiso isifikile kule ndlu, lokhu naye eyindodana ka-Abrahama.
探尋 Luka 19:9
4
Luka 19:5-6
Kwathi uJesu efika kuleyo ndawo, wabheka phezulu, wayibona, wathi kuyo: “Zakewu, shesha wehle; ngoba lamuhla ngimele ukuhlala endlini yakho. Waseshesha wehla, wamamukela ngokuthokoza.
探尋 Luka 19:5-6
5
Luka 19:8
UZakewu wema wathi eNkosini; Bheka, Nkosi, inxenye yempahla yami ngiyipha abampofu; futhi uma ngithathe utho kumuntu ngamanga, ngimbuyisela ngokuphindwe kane.
探尋 Luka 19:8
6
Luka 19:39-40
Abanye kubaFarisi exukwini bathi kuye: Mfundisi, khuza abafundi bakho. Wasephendula wathi kubo: Ngithi kini: Uba bengathula laba, amatshe azakhala masinyane.
探尋 Luka 19:39-40
首頁
聖經
計畫
視訊