1
NgokukaLuka 14:26
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
“Uma umuntu eza kimi engamzondi uyise, nonina, nomkakhe, nabantwana, nabafowabo, nawodadewabo, yebo, nokuphila kwakhe, angebe ngumfundi wami.
ஒப்பீடு
NgokukaLuka 14:26 ஆராயுங்கள்
2
NgokukaLuka 14:27
Nalowo ongathwali isiphambano sakhe, angilandele, angebe ngumfundi wami.
NgokukaLuka 14:27 ஆராயுங்கள்
3
NgokukaLuka 14:11
Ngokuba oziphakamisayo uzakuthotshiswa; nozithobayo uzakuphakanyiswa.”
NgokukaLuka 14:11 ஆராயுங்கள்
4
NgokukaLuka 14:33
Kunjalo-ke yilowo nalowo kini ongavalelisi nakho konke anakho angebe ngumfundi wami.
NgokukaLuka 14:33 ஆராயுங்கள்
5
NgokukaLuka 14:28-30
“Ngokuba ngumuphi kini othi efuna ukwakha umbhoshongo, angaqali ahlale phansi, abale izindleko ukuthi unakho okokuwuqeda na? Funa kuthi esebeke isisekelo, engenamandla okuqeda, bonke abakubonayo baqale ukumhleka, bathi: ‘Lo muntu waqala kabanga namandla okuqeda.’
NgokukaLuka 14:28-30 ஆராயுங்கள்
6
NgokukaLuka 14:13-14
Kepha uma wenza isidlo, mema abampofu, nezinyonga, nezimpumputhe; uyakubusiswa-ke, ngokuba bangekwenanisele; uyakwenaniselwa ekuvukeni kwabalungileyo.”
NgokukaLuka 14:13-14 ஆராயுங்கள்
7
NgokukaLuka 14:34-35
“Usawoti uyinto enhle; kepha uma usawoti edumele, uyakuhlaziywa ngani na? Akasafanele namhlabathi namquba; uyalahlwa nje phandle; onezidlebe zokuzwa makezwe.”
NgokukaLuka 14:34-35 ஆராயுங்கள்
முகப்பு
வேதாகமம்
வாசிப்புத் திட்டங்கள்
காணொளிகள்