1
Mathewu 1:21
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Uyakuzala indodana, uyiqambe igama lokuthi uJesu, ngokuba nguye oyakusindisa abantu bakhe ezonweni zabo.
နှိုင်းယှဉ်
Mathewu 1:21ရှာဖွေလေ့လာလိုက်ပါ။
2
Mathewu 1:23
Bheka, intombi iyakukhulelwa, izale indodana, bayiqambe igama lokuthi u-Emanuweli, okungukuthi ngokuhunyushwa, uNkulunkulu unathi.
Mathewu 1:23ရှာဖွေလေ့လာလိုက်ပါ။
3
Mathewu 1:20
Esacabanga ngalezi zinto, bheka, ingelosi yeNkosi yabonakala kuye ngephupho, ithi: “Josefa, ndodana kaDavide, ungesabi ukumthatha uMariya umkakho, ngokuba lokho akukhulelweyo kungokwasezulwini. uMoya oNgcwele.
Mathewu 1:20ရှာဖွေလေ့လာလိုက်ပါ။
4
Mathewu 1:18-19
Ukuzalwa kukaJesu Kristu kwaba kanje: unina uMariya esemiselwe uJosefa, bengakahlangani wafunyanwa ekhulelwe ngoMoya oNgcwele. Khona uJosefa indoda yakhe, engumuntu olungileyo, engathandi ukumenza ihlazo, waqonda ukumala ngasese.
Mathewu 1:18-19ရှာဖွေလေ့လာလိုက်ပါ။
ပင်မစာမျက်နှာ
သမ္မာကျမ်းစာ
အစီအစဉ်များ
ဗီဒီယိုများ