1
Luka 24:49
Baasraak Zulu New Testament Bible
Bhekani, ngiyathumela kini isithembiso sikaBaba, kepha hlalani emzini waseJerusalema, nize nembathiswe amandla avela phezulu.
Palyginti
Naršyti Luka 24:49
2
Luka 24:6
Kakho lapha, kodwa uvukile; khumbulani ukuthi wakhuluma njani kini eseseGalili.
Naršyti Luka 24:6
3
Luka 24:31-32
Asevuleka amehlo abo, bamazi; wasenyamalala emehlweni abo. Base bethi omunye komunye: “Inhliziyo yethu ibingavuthi yini phakathi kwethu, lapho ekhuluma kithi endleleni, nalapho esivulela imibhalo, na?
Naršyti Luka 24:31-32
4
Luka 24:46-47
Wathi kubo: Kulotshiwe kanje, lokuthi uKhristu umelwe ukuhlupheka, njalo avuke kwabafileyo ngosuku lwesithathu. Kutshunyayelwe ebizweni lakhe ukuphenduka lokuthethelelwa kwezono ezizweni zonke, kuqalwe eJerusalema.
Naršyti Luka 24:46-47
5
Luka 24:2-3
Bafica itshe ligingqiwe lasuswa ethuneni. Sebengenile, abasifumananga isidumbu seNkosi uJesu.
Naršyti Luka 24:2-3
„YouVersion“ naudoja slapukus, kad suasmenintų jūsų patyrimą. Naršydami mūsų internetinėje svetainėje, sutinkate su slapukų naudojimu, kaip tai yra aprašyta mūsų Privatumo politikoje
Pradžia
Biblija
Planai
Vaizdo įrašai